Download lagu Abafana Baka Molo - Wangiceba Mp3
Abafana Baka Molo - Wangiceba
Listen: 2
Artist: Abafana Baka Molo
MP3 size: 4.38 MB
Duration: 04:47

Lirik:
Wangiceb'emaphoyiseni ukuthi ngibhem'insangu
Wangiceb'emaphoyiseni ukuthi ngidlala ama dice
Wanginyund'entombini yami wath'angisebenzi
Kudal'ungilandela

Wake wangibonaphi mina ngibhem'insangu, unamanga
Wawuyokwenzani wena la kubhenywa khona

Anoke niyeke ukudla amatiye ngamagam'abantu
Wawuyokwenzani wena la kubhenywa khona
(Ubaba wayekwenzeni na ngob'uzond'umuzi kababa)
(Ubaba wayekwenzeni na ngob'uzond'umuzi kababa) Wayekwenzen'ubaba
Wen'awuzondi mina uzond'ubaba

(Ukushona kukababa zanuka wen'izangoma)
(Nokushona kukamama zinuka wena)
Awu ngezwa ngisejele
(Uyodela uma sekufe bani)
Wakhathazek'umoya wami
Wakhathazek'umoya wami
(Ukushona kukababa zanuka wen'izangoma)
(Nokushona kukamama zinuka wena)
Awu ngezwa ngisejele
(Uyodela uma sekufe bani)
Wakhathazek'umoya wami
Wakhathazek'umoya wami
(Ngaboshwa mina ngiboshelw'amahhala)
(Kwachithek'umuzi, nomkami wangibalekela)
15 years ngiboshelw'ubala
(Ngaboshwa mina ngiboshelw'amahhala) Ngiboshelw'ubala
(Kwachithek'umuzi, nomkami wangibalekela)
15 years ngiboshelw'ubala
(Ngaboshwa mina ngiboshelw'amahhala) Ngiboshelw'ubala
(Kwachithek'umuzi, nomkami wangibalekela)
Wen'awuzondi mina uzond'ubaba
(Ubaba wayekwenzeni na ngob'uzond'umuzi kababa) Wayekwenzen'ubaba
Wen'awuzondi mina uzond'ubaba
(Ubaba wayekwenzeni na ngob'uzond'umuzi kababa) Wayekwenzen'ubaba
(Ubaba wayekwenzeni na ngob'uzond'umuzi kababa)
(Ubaba wayekwenzeni na ngob'uzond'umuzi kababa) Wayekwenzen'ubaba
Wen'awuzondi mina uzond'ubaba
(Ubaba wayekwenzeni na ngob'uzond'umuzi kababa) Wayekwenzen'ubaba
Download Lagu Gratis Abafana Baka Molo - Wangiceba di Download Lagu Mp3 Terbaik 2025, Gudang Lagu Terbaru Gratis, Download Lagu Abafana Baka Molo - Wangiceba Mp3 - Lagu Terbaru. Download Lagu Abafana Baka Molo - Wangiceba.